Masuku, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa-Masuku

Ndwandwe,
Zisongo,
Mkhatshwa,
Zwide kaLanga,
Nhlane,
Mthondo wethusi uyacwebezela,
Thunda bathole abafokazane,
Snqamu sobhedu,
Maphanjwa!
Mgano owamila emini ebusuku wawohloka,
Wena owaguda inkomo nethole layo,
Sihlahla esingahlalwa zinyoni,
Zwide KaLanga !!

More about Masuku

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

11 thoughts on “Masuku, Meaning, Origin & History”

  1. Hawu kwaze kwangithinta kwamancani! Mbombotshi! Mthondo Wethusi! Malobola ngalo! Mamila Empankalini njengo msunu! hahahahahahaha Kwaze kwabe mnandi ukuba NguZikode!

    Reply
  2. Ziyafana bafo inkakhulu ngokomlando, kodwa ngenxa yokwehlukana kwemindeni amanye amaqhawe akithi abefike azakhele udumo endawe ayakhele bese amaciko akuleyonxenye yezwe enezezela ezibongweni zawo uma bembonga noma bemhasha.

    Reply

Leave a Comment