Mathonsi clan names, Meaning, Origin & History By madunga On Mathonsi, Dunga, Mwelase, Madondo, Mazibuku, Nontandokwela, Wena owela ngezimpambosi zemifula abanye bewela ngezibuko, Mquhe! dertmoshupjengamelatseyanetshembewashingreenwashington Previous Chithwayo Clan names? Next Sereto sa MOKALAPA 2 Comments Add Comment → Mthandazo Just wanna make a comment here.bengifunda ngomlando wakithi kwaMthembu nokuthi isithembu saqala kanjani.Kwakunezimpi kudala,kungaphunyulwa.O Mthembu bafike banqoba ndawanathize kwa ZULU.Abulawa amadoda amaningi.Kwasala abomama abangenamadoda.Lamadoda akwaMthembu abathatha labomama kwaba amakhosikazi abo.Saqala kanjalo isithembu.Kodwa okunye okwenzeka ukuthi abantwana abavela lapho kwaba oMathonsi.Lesibongo savela ngokuthi abantu bebebuzana ukuthi abo Mthembu abakafiki yini lapho bazothatha indawo ababenqobe kuyo.Baphendule abanye bathi,Cha kusaseyi mithonsanyana nje.Wavela kanjalo UMathonsi.Yilomlando mina engiwufundile.As for izithakazelo,kungenzeka ukuthi sekubizwa abobabamkhulu bakwa Mathonsi?Ngize ngangena entweni zika Mabuza nje ngoba ngimthole ngilandela umlando wakwa Mthembu.Kodwa uma sengingena ekhasini lakwa Mabuza,angiwutholi umlando wakhona.Okusho ukuthi kungaba yiqiniso lokhu okungaphezulu.Uma kukhona okunye okuhlukile kunalokhu,ngingajabula uma kungaphawulwa. Reply Nhlakanipho. Mathonsi Ngiseswazi ngithola ukuthi isthakazelo sakwaMathonsi Sesihlilukile kunesakwazulu ngizibuza ukuthi ngabe asisuki ndawonye noma kwahlukanwa ekhathi kdala ngcela onolwazi angiphenngule ngfisile ukwazi Reply Leave a Reply Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Save my name, email, and website in this browser for the next time I comment. Type in the text displayed above
Mthandazo
Just wanna make a comment here.bengifunda ngomlando wakithi kwaMthembu nokuthi isithembu saqala kanjani.Kwakunezimpi kudala,kungaphunyulwa.O Mthembu bafike banqoba ndawanathize kwa ZULU.Abulawa amadoda amaningi.Kwasala abomama abangenamadoda.Lamadoda akwaMthembu abathatha labomama kwaba amakhosikazi abo.Saqala kanjalo isithembu.Kodwa okunye okwenzeka ukuthi abantwana abavela lapho kwaba oMathonsi.Lesibongo savela ngokuthi abantu bebebuzana ukuthi abo Mthembu abakafiki yini lapho bazothatha indawo ababenqobe kuyo.Baphendule abanye bathi,Cha kusaseyi mithonsanyana nje.Wavela kanjalo UMathonsi.Yilomlando mina engiwufundile.As for izithakazelo,kungenzeka ukuthi sekubizwa abobabamkhulu bakwa Mathonsi?Ngize ngangena entweni zika Mabuza nje ngoba ngimthole ngilandela umlando wakwa Mthembu.Kodwa uma sengingena ekhasini lakwa Mabuza,angiwutholi umlando wakhona.Okusho ukuthi kungaba yiqiniso lokhu okungaphezulu.Uma kukhona okunye okuhlukile kunalokhu,ngingajabula uma kungaphawulwa.
Nhlakanipho. Mathonsi
Ngiseswazi ngithola ukuthi isthakazelo sakwaMathonsi Sesihlilukile kunesakwazulu ngizibuza ukuthi ngabe asisuki ndawonye noma kwahlukanwa ekhathi kdala ngcela onolwazi angiphenngule ngfisile ukwazi