Izithakazelo zakwa-Mbanjwa
Sokhela,
Nyon’emyama,
Eyabizwa ngekhwela yasabela yathi tshiyo,
Gqabela kavezi,
Wena ozalisa abafazi baliwe amadoda abo,
Mzukuzeli ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane ezindizela phezulu,
Mpazela,
Sisho wena nkanyezi yezulu,
Mzekwa,
Galaza,
Magujwa,
Dindela!
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Uyasihlaza, awukwazi umlando wakho nezithakazelo zakho. Buza kwabazaziyo please.
much research needs to be carried out about our clan name,Gebane, Thikaza, Mavuso,Ntimela,Mbokodwebomvu. Lit le information.
Kanti O'Mbanjwa ababona yini abe Zulu vele njengoba bebaningi kanne la KwaZulu??