Izithakazelo Zakwa-Mbuyazi
Mbuyazi!
Mbonambi!
Ngiba kaNomagama!
Mageza ngobisi amanzi ekhona!
Mabhodla wena owabhodl’ ulwandle lugcwele!
Wawela ngaphesheya, owalamb’ endleleni waze wadla ubukhwebezane!
Nkonyan’ yenkosi!
Mkhosana!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Mbuyazi!
Mbonambi!
Ngiba kaMananga
ongathekeli kubafokazana
Mabhodla wena owawela ulwandle lugcwele!
Mkhosana!