clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Mlaba 😍 Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mlaba

Ximba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu!

Previous

Nxumalo 😍 Izithakazelo

Next

Mlambo 😍 Izithakazelo

7 Comments

  1. ubcwadi ikhehla lakwaXimba nalo elinendlu yalo so isizukulwane sakhe esisebenzisa uncwadi….

  2. okunye ngane zakwethuizithakazelo ziba ngabanikazi besibongo abasukr bedibene ngaleyondlu bese sichuma ngojuduma komuntu…bese kuba khona okusihlanganis sonke
    Umabhoyi nje lana kwazulu sonke sibiza yena bese thina esakhele emahlabathini sisebenzisa umqundane…njengomnuntu esiwukhalo lakhe nazoke lezithakazelo ezingenhla zisukela ezigamekweni ezithile kuleyondlu yakwethu eyakhele ndawana thizeni Maximba

  3. anginalo ulwazinolugcwele bt njengoba sinesithakazelo esithi molaba ngikholwa ukuthi elisuthu bathi Molaba ngaphabkwaZulu kutjiwa Mlaba okusho kuth siyinto eyodwa njengam nje ngeke ngiganwe uMolaba ngoba udadewethu loyo edlozini

  4. Ngabe oMlaba no Molaba bane zithakazelo ezifanayo? Made ngifunana nesithakazelo sakwa Molaba

  5. Ngabe oMlaba no Molaba bane zithakazelo ezifanayo? Made ngifunana nesithakazelo sakwa Molaba

  6. Ximba, Moana, Mtungwa, Dashane, Luvuno lwabaliwayo, Nina bakwazithebe zinhlanu zingaba isithupha zeqile, Nina bakwa phini likhothwa ngababli lingakhothwa ngamunye isela, Nina Nadal isithebe sisinye ngokusicazelana, Nina basemangweni, Nina bakwaDikadi maMlaba, Ncwadi,

  7. sawubona ngicela ungichazela lezithakazelo mafulela ,mfene no thusini zingena kanjani kwezakwa mlaba

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: