Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi
>> Lalela Umlando wakwaMnguni <<
>> Lalela izithakazelo zakwaMnguni<<
Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi
Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,
Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.
More about Mnguni Gumede KhuzwayoEducational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Khuzwayo Kwakuyingane yenkosi yakaQwabe yayizoba inkosi makukhoma uyise ngenxa yokuthi umndeni kaQwabe wawumkhulu kwaba nombango wobukhosi okwagcina buthathwe bayendlin ekwakungafanelekile u khuzwayo bamphuca ngoba bethi uluhlaza,bajika bathatha inganeyakhe bayikhethisa inkosi mabebuza abanye bomndeni bathi bona abasadlelani Γ±endlu khuzwayo wasethi u khuzwayo is omelette nisethe isbongoke mina nendluyami bathi uSmamane ngoba inganeyakhe imamathekele inkosi wasnqaba,bathi uMbhongela ngoba ubhongela inkosi imetha isbongo wathengamane edlinyama eyayihlatshiwe aGoduke,waDlawemuka kaQwabe…izindlu zikaKhuzwayo zaseziningi kangangokuthi ezinye zasezisukile Ingoe lasasibekwekhona singoQwabe sazesathola esithi Gumede ngoba ungovernable lunemigelekede emaguma uGumede uqhamuka kanjalo,so abanye bendlu kaKhuzwayo abazikwasala kwabanesbongo esasthola Ongoye,since isbongo sakithi sasvele ngesici oKhuzwayo ebasebesukile Ongoye ababebesayizwa eyokuthi thina singoKhuzwayo bakubo bathi ababona bona I dlamuka…uMnguni insila yomuntu omvelaphi yakhe ikwaZulu….uMzimela isici lapho omunye womndeni wazimelela ngenduku yethusi ekhaya
uyezwakala qhawe lakith ,koda mina lento ingidida ngampela. indlela oyichaza ngayo angiqali kuyizwa.ka KHUZWAYO shuth isekhaya njengb ngbiza u DLAMUKA ?.. shuth njengb besiphika nje mase sifika kubo sith ngo Dlamuka bayasihlangula kule sbongo saka KHUZWAYO?
.
Umlando wakwaMzimela uyasethuka mawuthi sazimela kwaGumede asihlangani nakancane no Gumede Mawungawungawulandela kahle uMlando wakwaZulu nowakwa Gumede uyahlangana kodwa owakwaMzimela uqhamuka kwa Mncwanga kaZwide owazala u Fekhaya owu Mfeka/Mfekayi so ukuze ungazihlekisi ngabantu lungisa mina ngizonika umlando mina
Ngiyacela ungadukisi abaZimela baka Sihubela Njingili Zimema Ntshidi Kuze kufike kwi Nkosi u Thanda Mzimela
Hello. Ngicela ukwazi ngabe umageza ngobisi uyangena kwizithakazelo zakwa Gumede
Hi. Ngicela ningisize ngodlamuka, gumede and khuzwayo kuhlangana kanjani??