Mnguni, Gumede, Khuzwayo

Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi
>> Lalela Umlando wakwaMnguni <<
>> Lalela izithakazelo zakwaMnguni<<

Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi

Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,

Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.

More about Mnguni Gumede Khuzwayo

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

131 thoughts on “Mnguni, Gumede, Khuzwayo”

  1. Ngabe abantu bakwa Gumede nakaMyeni bengakwazi ukushada ndawonye?

    Reply
    • Ngifuna ukwazi ukuthi abakwa Nkasa bahlangana kanjani noGumede.uma sibongelela siyamfaka uGumede noVezi.

      Reply
      • AbakwaNkasa abakwa yisongo zensimbi.mlondo ngokulondoloza.lamula kaZwelibanzi wendabuko. Gumede kaVezi . amawangala amakhubaluthuli. Abadle isigungu bebodwa inkosi yakubo KwaNkasa bengasayibikelanga
        Okwathi lapho sebeyibikela babe sebeyibikela ngodaka. Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona ziphapha phezulu. AbakwaMzondeki ngoba bazondeka ebantwini.AbakwaMpengula Josi liphuma efuthweni.
        Abakwasincwada ngaphambili Kanti abanye bencwada ngengedo.
        Abakwa sithokolo esimadolo mafushane sakwaMvubelo.AbaQulusi isidindi somtshiki. Inqaba kutholwa into ongeke wayithola nomakuphi.amaMbo namaMbokazana.
        Sidabuka esizweni samathonga kwaQwabe.

      • Ngabe abantu bakwa mnguni nga imvelaphi yabo ikuphi nendawo kwazulu

  2. I need Ndlela bayeni izithakazelo

    Reply
    • Siyabonga wena Malandela
      Ngokulandel’ izinkomo zamadoda
      Mazalankosi
      Mpangazitha
      Siyabonga bo Gumede!!!

      Reply

Leave a Comment