- Mthembu
- Qhudeni,
- Mvelase owavele Nyandeni,
- Mvelase ka Guda,
- Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi.
- Izithakazelo zakwa Msimango
- Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa,
- Pembe ka Lokothwayo,
- Ngelengele, Mhlehlelu,
- Nhlokozabafo,
- Sdindi ka Siphuki…
Ezakwa Mseleku
- Duma,
- Lwandle,
- Ntenga,
- Mthombeni
Ezakwa Msibi:
- Ndlondlo,
- Mabuya,
- Guliwe,
- Siwela,
- Gasa.
Hlalunolwazi Mgoza
Bengicela ukuthola umlando ngesibongo sakithi kaMgoza,ngoba sinokuhlangana nezibongo eziningi ezithakazelweni kanti angakawutholi umlando ogcwele.NGIYABONGA
Mandla Mathunjwa
ake ningisize ngomlando wakwa-Mathunjwa
Nontembiso
Ndingu Mqwati Dumba ka Nobangulo. Ndicela umntu okwaziyo ukuzithutha, ndinomdla kakhulu
smangele
Cela thakazelo zakwa Xaba,Ngidi nd Ncube plz I wnt 2knw my history
Mbathastan
Smangele
Iya ku search box kuyo le ‘site’ ubhale isibongo osidingayo uzosithola especially Ncube and Xaba.