Izithakazelo zakwaMthethwa:
Ukhona umlando wabakwaMthethwa, cindezela lapha ukuwulalela.
Dingiswayo,
Nyambose,
Magaga onsibansiba,
Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela,
Nina bakanhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu,
Wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale,
Thulisa kuyozwakala,
Nkonyane yenkosi,
Hlangalezwe,
Nina baka Xaba kaMadangu,
KaNkomo enenekazi, izothandana nayiphi na?
Izothandana neyakithi Eyengweni,
Khubaze, Jobe kaKhali,
Magezang’obisi lwenhlunu abanye begeza
>> Continue reading <<
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Tnx sengiyazazi kahle izithakazelo zami.?
Wow kungsizile ukungena Lana kuningi ebengingakwaz like uMthethwa noMbambo bahlobene tjooooo aksenani coz I wasn't know anything mmmmmmm ngyazisa baThethwa
ngiyengizwe kuthiwa kukhona ukuhlobana phakathi koMthethwa noMbambo, kodwa kukhona umehluko omncane kwisithakazelo esith mageza ngobisi lwenhlunu/lwenhlu.