Izithakazelo zakwaMthethwa:
Ukhona umlando wabakwaMthethwa, cindezela lapha ukuwulalela.
Dingiswayo,
Nyambose,
Magaga onsibansiba,
Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela,
Nina bakanhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu,
Wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale,
Thulisa kuyozwakala,
Nkonyane yenkosi,
Hlangalezwe,
Nina baka Xaba kaMadangu,
KaNkomo enenekazi, izothandana nayiphi na?
Izothandana neyakithi Eyengweni,
Khubaze, Jobe kaKhali,
Magezang’obisi lwenhlunu abanye begeza
>> Continue reading <<
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
UKhubazi uzala uNyambose
uNyambose azale uMthethwa
uJobe azale uDingiswayo
Kungani singo ndlovu soyinto eyodwa vele?
Siyaphila dingiswayo
Linjani boNyambose abahle