πŸ’›

izithakazelo

Mwandla Clan Names & Family History | Umlando

Izithakazelo zakaMwandla:
Nkwela, Themane, Ndubane, Mpangazitha Nina Enaduba izinkomo zamabhunu, Mqabula Nkungu Kwavela ilanga, Sbongo Esihle Esidlula Zonke Izibongo Emhlabeni,
Uma Uhlangana Nathi Ubothi Nkwela, Ndubane, Nina enaduba izinkomo Zamabhunu !!
Ubukhosi kahle hle bukini, nazwala nakho!
KaMwandla boze bavume ukuthi isezigwilini
Wonke amantombazane afuna ukuganela khona.
Ofuna ukuthatha kaMwandla alungize izinkomo eziyishumi nambili ngoba kusebukhosini
Sibonge lapho kwiSilo saMawandla Guduza Imeyili umfokaMapendane ngokusibuhlanganisa sibe yimbumba
Uthini lapho Ndlondlo Enophaphe Ekhanda, khuphuka nabo lapho Diyayiva Kamthunyela, iSilo sakaMwandla isona iNdumandumane Eyaduma ezizweni,
Ubosholo phansi uthi iSilo Samawandla, wena owabhukuda emkhomazi ilapho owathola khona uqeqesho esizibeni kaGuzu naseNgqumsheni

Previous

Sibewu Clan Names & Family History | Umlando

Next

Sohlala Clan Names & Family History | Umlando

1 Comment

  1. Mpangazithi Mwandla

    Izithakazelo zakaMwandla
    Nkwela, Themane, Ndubane, Mpangazitha Nina Enaduba izinkomo zamabhunu, Mqabula Nkungu Kwavela ilanga, Sbongo Esihle Esidlula Zonke Izibongo Emhlabeni,
    Uma Uhlangana Nathi Ubothi Nkwela Ndubane Nina Enaduba izinkomo Zamabhunu Zamabhunu.
    Ubukhosi kahle hle bukini Nazwala Nakho.
    KaMwandla boze bavume ukuthi isezigwilini
    Wonke amantombazane afuna ukuganela khona.
    Ofuna ukuthatha kaMwandla alungize izinkomo eziyishumi nambili ngoba kusebukhosini
    Sibonge lapho kwiSilo saMawandla Guduza Imeyili umfokaMapendane ngokusibuhlanganisa sibe yimbumba
    Uthini lapho Ndlondlo Enophaphe Ekhanda, khuphuka nabo lapho Diyayiva Kamthunyela, iSilo sakaMwandla isona iNdumandumane Eyaduma ezizweni,
    Ubosholo phansi uthi iSilo Samawandla, wena owabhukuda emkhomazi ilapho owathola khona uqeqesho esizibeni kaGuzu naseNgqumsheni

Leave a Reply to Mpangazithi Mwandla Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026