Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
Gatsheni
Aibo nam ngowakwa ndlovu gatsheni bengingazi kuthi sihlukene chazani bo or whatsapp mi
Khanyisile Ndlovu
Guyz plz I’m confused lah angsazazi ukuthi ngingakubaphi ondlovu if sebebaningi kangaka,plz asihlobene yini kanti.bengicela umlando
Tharibho
I would like to know izithakazelo zakwa Jila anyone please help me
Thuthuka Hadebe
Gcwensa! Ubukhosi bukaSwayimane
dalukuthula
Jila, ngwazi, gcumisa ,mcubhuza,bhabhelikwelayo ,mathanga awavaleki ngaphandle kwendoda ,sphulamuntu ngamzimba abanye bemphula ngenduku …..kthiwa igama elithi jila liqhamuka eswatini elisho inkani ..sibizwa ngo jila ngoba seza kwazulu ngenkani sizwile ngendoda ebizwa ebizwa ngoshaka nebutholakhe kodwa saqhuba inkani thina … Njengoba ubona nje abantu bakwa jila benenkani kanje I most yabo …angi understand ukt singamazulu noma singamaswati
Tharibho
ngiyazibongel Dalukuthul ngethakazel zakwa Jila