Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
thobile
Nami ngyafisa ukuthi ngathola umuntu ongachaza kahle ngalezithakazelo ngoba ziyadida
Khethiwe
Shuthi kwaNdlovu akekho umunt owabusiswa ngodala coz aswazi umlando weth mostly
NELISIWE ndlovu
hi khethiwe
yini o funa uku kwazi about the ndlovu name
zanele ndlovu
Qinisile thobile coz nami ngwakandlovu n it luk like sihlobene nazo zonke ibongo manje if silandela ngokusho kwethakazelo
theophylus dumile
Bakithi yinkinga le ngoba sithola imilando eminingi eyahlukene ngemvelaphi yethu boGatsheni.
Andile
Yeah I second u
sdu
sdu ndlovu
gyz nma ungath ungundlovu ndlangamandla o gatsheni,bt d fct iz ungundlovu nje tu!!!!!
Khethiwe
I second u sdu mnwaaaaaaa
Fezile ndlovu
Hai guiz hhai nam ngugatsheni and ngyasthanda isbongo sam but mase shlukene kanje im realy confuse abadala kunath abalamule lendaba coz syakhula sdinga ukhada ngeke sishade singazazi kuth sngoban