According to Hlubi records, one of Ndlovuβs sons was Mntungwa who is then brother to Dlamini. This is a common salutation among amaNgwane Hlubi and Dlamini people and at one point there was a group of clans who were called abeNtungwa and this included the Khumalos, Ndabas, Ndlovus, Mahlangus and other small clans.
Indaba yabo Dlamini-Mntungwa ihlale ivela kodwa abaningi abakwazi ukuyichaza kahle. Ngicela uMthiya axhumane no Sizwe Mbatha ongusomlando. uyena onencazelo ezwakalayo ngo Dlamini-Mntungwa. Kungcono ukuyithathisela kuyena ngoba uyazi kahle. Engingakusho nje ukuthi baphuma endlini kaLokothwayo kodwa yingxenye yayo,hhayi yonke.Ngicela wena Mthiya ubachazele kahle uma usuyithathisele ku Senzo Mbatha.
Nami ngo 18 May 2013 ngizoba e Witbank dam ngiphaka wona umlando wakwa Dlamini and sebengicelile ukuthi ngiwuphathe lo oka Dlamini-Mtungwa ngoba baningi kuleyandawo. Okubalulekile okufanele umuntu akwazi ukuthi njengoba kushiwo umlando wamakhehla ezindlu ngokwehlukana kwazo,yikho khona lokho abantu abagcina sebekusebenzisa njengezithakazelo kanti eqinisweni akusona isithakazelo sesizwe sonke samaDlamini,kodwa kuyisiteketiso.
If we try to convince ourselves ukuthi amagama amakhehla ayizithakazelo,sigcina sesine nomqondo wokuthi isizwe sesihlukene kanti sikhuluma ngesizwe esisodwa kodwa esakhiwe izindlu eziningi.I mentality eyatshalwa abelungu kithi yokuthi sehlukene akumelanga siyivumele ukuthi isibuse even long after i Colonialism seyaphela. Sengivala nje,ngisaphinda ngiyagcizelela ukuthi akekho omunye uDlamini ophilayo ngaphansi komthunzi welanga ongesiyona i decendent kaDlamini wokuqala owasuka eMbo ongu Matalatala. Before Matalatala there was no Dlamini on earth.Ngiyabonga.
Okunye okubhalwe ngumlandeli we-blog ngoDlamini.
UDlamini Latha ugcwele lonke izwe. Kodwa Latha bebaningi khona nalapho kunenkosana yabo khona kuseMsinga. Kusesizwe sakwaLatha esikoPMB kuze kuyoshaya ngoMzikhulu. Leso sizwe sizalwa umzukulu kaLatha uMashwabade. Emsinga ilapho begcwele khona . Ngoba kukhona abakhe endwaweni ebizwa ngLatha Ntsawe.
UNtshawe unguMzukulu kaLatha. Latha Clan nayo inawo amakhosi . Kusukela kuLatha ngizowasho ngokulandelana kwawo kuze kufike manje noma ubukhosi sebephela . Ubukhosi bakwaLatha bugcine ngenkosi uMahleza. Naye okhothame ngama early 1910.
Akekho umuntu ongazi ukuthi amabhunu ayezitapela izwe. Ngizobala kuze kube namhlanje ngokwamakhosana Latha,Zulu, Mashwabade, Jokozela, Mphahlwa, Mahleza, Magwetshana, Ndukuyakhe, Piti, Mduduzi. Mduzuzi uyena okhona njengenkosana manje yesizwe. Indlunkulu yakwaLatha igama layo lisePhangweni esigodini sakwaLatha eMsinga eMabomvini.
King of the Nhlangwini people who sought recognition as an independent kingdom within KwaZulu-Natal. Despite his claims being rejected by the Nhlapo Commission in 2009, he maintained his status as king until his death. His son Nqalabutho kaMelizwe Dlamini succeeded him and continues his father’s legacy, receiving a certificate of recognition from the Congress of Traditional Leaders of South Africa in 2024. He continues to seek full constitutional recognition of his kingdom, maintaining that the Nhlangwini have never bowed to the Zulu king and have no historical relationship with the Zulu monarchy. His cause represents one of several KZN tribes seeking recognition as independent kingdoms. π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
Xolani
Please help me find a tsonga surname “chazen”they are related or they are one with baloyi,mathebula