Ndwandwe, Nxumalo

Abantu bakwa Ndwandwe baduma kakhulu ngesikhathi kubusa u Zwide eLangeni. Banobuhlobo obukhulu nabakwa Ngwane.
ULanga wazala uMavuso owazala u Ludonga yena wazala u Xaba owazala uLanga wesibili yena owazala uZwide.
UZwide yena wazala uNomhlanjana, Shemane, no Sikhonyana.
Khona kwa Ndwandwe kukhona no Manukuza owazala uNxumalo owazala uGasa, owazala uZikode, owazala uSoshangane owazala uMzila no Mawewe. UMzila yena wazala uNgungunyane.
Ake sibathakazele:
Zwide ka Langa
Ndwandwe, Mkhatshwa
Wena wase Gudunkomo
Wena wasezikhotheni
Ezingakhothi ngomlomo kodwa ezikhotha ngo mkhonto,
Mkhatshwa
Nkabanhle
Somaphunga
Masuku
Zwangendaba
Simelane !!

More about Ndwandwe Nxumalo

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

31 thoughts on “Ndwandwe, Nxumalo”

  1. Would like to know about my surname Mahlangu

    Reply
  2. Wish to know more of Mathole Buthelezi

    Reply
    • U Simelane abamusho wonke bamusho bamshiye ewuhhafu kanti uyachubeka, njengokuthi nje “Mnguni wasebuhleni Mazalankosi Nkomo dlala ekhaya ngokweswela Umelusi zaluswa intombazane “

      Reply
  3. ningalokothi nje ningitshele ukuthi uSimelane no Nxumalo bahlobene

    Reply
    • Ai bo iyamangaza ke le

      Reply
    • Eish not when I am a Simelane and about to b married to a Nxumalo guy

      Reply

Leave a Comment