Ngcemu Clan Names
Makhathini,
Jojela KANOMTHANJANA
Litshe lika Ntunjambili elingavulwa bafokazana elivulwa zinkonjane zona ezihambela phezulu,
Donda wasenkwele,
Nomanzi,
Nkoph’ezinde ezingalingani nezabafokazana sonkophe Mabhinca’zbheke, Makhoveni,
Nina bakaNonkenteza owankenteza emhhumeni kwaNkalokazi wathi buyan magwala nezagila nemikhonto sengiybambile Ingwe,
Nina enehla ngeslulu Othukela,
Gxabhashe,
khuhla PHANSI njengekhowandlovu,
Nina enashaya phansi kwavelizinkomo nemizi !

Bhengu Clan Names ย ๐Ÿ‘‘

Izithakazelo zakwa Bhengu ๐Ÿ’› Clan Praises Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Read more

Bhebhe Clan Names ๐Ÿ˜

Izithakazelo zakwa Bhebhe Bhebhe, Makhedama, Soyengwase, Nina bakaBhebhe kaMthendeka, Nina bakaSoqubele onjengegundane, Nina baseSiweni, KwaMpuku yakwaMselemusi, KwaNogwence webaya, Dlomo weNdl'ende, Read more