Nkosi, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa-Nkosi

Ndlangamandla,
Mphazima, Mntungwa,
Mawandla kaNdlela,
Nina baseMandlovini,
Mlotshwa, Siwela,
Mphazima kaLanga,
Nina bakwaLanga libomvu, elashis’amabel’ezikhuthali,
Mabuya sezembethe’ugogwane,
Mlotshw’akangakanani, ngoba nasentendeni yesandl’uyahlala,
Wena owaphath’induk’emnyama washay’amanzi, kwavel’udaka,
Nkonjane yenkosi,
Mpangazitha!

Zikhona izikibha nama-jacket: 061 868 5163
 


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

6 thoughts on “Nkosi, Meaning, Origin & History”

  1. Gbuziswa ukuthi ubaba Ka mkhulu wami udabuka e swatini.manje sibiza nkosi dlamini kdw no ndlangamandla siyambiza..ingakho ngifisa ukuwazi kahle lomlando.inkinga agsenay umuntu omdala onganolwazi oluzongigculisa.ngiyacela ningisize.lolulwazi ngidinga ukulisebenzisa kusasa ntambama.uma ungakwazi ukungisa ungathumelela Ku WhatsApp 0719142004.ngiyabonga

    Reply
  2. Mina ngicela ukbuza ukuthi u nkosi wase swatini uhlukile kondlangamandla???

    Reply

Leave a Comment