Izithakazelo zakwa-Shange
Dumakude,
Mdima,
S’bhodla bakhothe umlomo abafokazane,
Mfazi omabelemade,
Oncelisa ingane ngaphesheya komfula,
Wena ogeza ngensipho kapondo,
Mathanga abushelelezi angenangqwayimane,
Phangandawo,
Nojoma,
Owaduma ngomlenze abanye beduma ngensonyama!
Mhmm kumnandi ukuba owaka Shange
Yamela.mathanga abushelelezi angenangqwaymane.mageza ngobisi abanye.bezxiva ngodaka
Kubalulekile ukwazi izithakazelo zakini
Tanx ngampela,nami bengingazazi
Thanks dude, bengingazazi izibongo zakithi