πŸ’›

izithakazelo

Tag: holthoon Page 3 of 14

Maduna clan praises & History

Maduma, Mpangazitha, Mazolo, Mthiyane, Qephulaqephu, Nkunzi emindwayindwa, Wena owasuzela isikhumba sadabuka !

Izithakazelo zakwaKhambule Clans & History

Khambule, 

Mzilankatha, 

INkatha kayingen’endlini,

Yangena kubola inkaba zabantwana,

Nina bakaNkomo Zilal’uwaca,

Ezamadojeyana Zilal’amankengana,

Mlotshwa,

Malandel’ilanga umaliyoshona emaNcubeni,

Mpangazitha, Magasolo,

Nina basebuhlen’obungagcakazi,

Abadl’embeleni wenkomo kungafanele,

Kwakufanel’udliwe ngabalandakazi,

Nina baka Dambuza Mthabathe,

Nani basemaNcubeni enabalekel’Ushaka naziphos’emfuleni,

Kwakhuz’abantu Banifihla naphenduk’abakaNkambuleΒ ,

Msuthu,

Mncube onsundu ngezinyawo zakhe,

Wen’oyithath’iNkosi uyibek’enhlabelweni,

Nina baseSilutshana,

Nina baka Maweni,

Nzimande,

Mncaphayi, Shezi,

Malangatsha!Β 

Izithakazelo zakwa Mahaye Clans & History

Mahaye clan names | Mahaye surname info

Mpangazitha,
Mahlobo,
Sonomo,
Zulu,
Nodange edumile,
Mningiza,
Mpikwane,
Nondela mzimba odikila isidumbu adle umlenze,
Bubi kabulali ngoba babulala abakwaDludla,
Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,
Mnqandwendwe,
Mageba sabela uyabizwa,
Dlambedlu olumashobane !

Izithakazelo zakwa Mbedu clans & History

Mbedu,
Mnguni,
Qwabe,
Yeyeye,
Mpangazitha,
Sidlabehlezi !

Page 3 of 14

Β© 2026