πŸ’›

izithakazelo

Tag: lekota

Lekota clan names & Family History | Umlando

Kenna Lekota la mamphela ngwana malesela mabokwane ngwana go apart kobo ya boya go hlanoga wago disha dikgomo nageng ka maoto. KE TSHABA BADIDI!!

Izithakazelo zakwa Hlatshwayo Clan Names

Izithakazelo zakwa-Hlatshwayo

Mhayise wakoLanga, Ngwanya, Siyendana, Cebisa kaMabhengeda, Ugid’gogweni ovala emnyango ngamakhanda amadoda, Mgogodlana, Nina enanqoba ibuhto lakwaGob’izembe, Ngele! Ihubo lakwa Hlatshwayo: β€œWabulala amakhosi, ingwe yohlanga Mana nkonyane yohlanga, Ungwanya bamazi izwe lonke, izwe lonke Nkonyane yamaNgwanya, bayethuka Soka siwashise amankengane, sicwecwa izizwe”

Izithakazelo zakwaHlatshwayo Clan Names Umlando

Hlatshwayo Clan Praises

Mhayise wakoLanga,
Ngwanya, Siyendana,
Cebisa kaMabhengeda,
Ugid’gogweni ovala emnyango ngamakhanda amadoda,
Mgogodlana,
Nina enanqoba ibuhto lakwaGob’izembe,
Ngele!

Izithakazelo zakwa Hlatshwayo Clan Names & history

Izithakazelo zakwa Hlatshwayo 😍 Hlatshwayo Clan Names and brief history

Abantu bakwaHlatshwayo bahlobene nabakwaNgwane nabaseSwazini.
Ulibo lwabo luhamba kanje:

Mhayise, Langa, Hlatshwayo, Sophikwase, Cebisa, Ngwanya, Mhlaba, Mgogodlane, Siyendane, Muleshe, Mhlaba2, Mgogodlane (Swazini)

Indlu yase Bergville:
Mgogodlane, Makhwelela, Shali, Novoyi (Somtseu) Siphiwe, Thulani, Siyendane, Manukuza, Mgezeni, Bambuhlanga.

Indlu yase Gege:
Muleshe, Mahubhu, Velamuva.

Nazi izibongo zakwa Hlatshwayo:
Ngwanya, Siyendane,
Gidogongweni ovalumnyango ngamakhanda amadoda,
Cebisa ka Mbengeshe,
Wena owacebisa amakhosi,
Mhayise wako Langa,
Hlatshwayo abahlabizinkomo zamadoda esibayeni,
Bazidle bangasolwa,
Mgogodlana,
Nina enanqoba ibutho lika Gobizembe,
Ngelengele !!

Izibongo zakwa Hlatshwayo with English translation:

Ngwanya, Siyendane,
(Ngwanya, Siyendane).

Gidogongweni ovalumnyango ngamakhanda amadoda,
(Gidogongweni who closes the door with the skulls of men).

Cebisa ka Mbengeshe,
(Cebisa, son of Mbengeshe).

Wena owacebisa amakhosi,
(You who advised the chiefs).

Mhayise wako Langa,
(Mhayise of Langa).

Hlatshwayo abahlabizinkomo zamadoda esibayeni,
(Hlatshwayo – those who slaughter the cattle of men in the kraal).

Bazidle bangasolwa,
(They ate them without being suspected/accused).

Mgogodlana,
(Mgogodlana).

Nina enanqoba ibutho lika Gobizembe,
(You who defeated the regiment of Gobizembe).

Ngelengele !!
(Ngelengele).

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén