Izithakazelo zakwa Madumo, know them? please add them here
Tag: Madumo
Clan names of Madumo
Izithakazelo zakwa-Goqo
Ndaba,
Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,
Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,
Ndongadilika kuphuz’izimpohlo,
Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela,
Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,
Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale!