Izithakazelo zakwa Mkhungo

Sodi, Langa, Nqumela, Magange siqunga esihle esingahlali nyoni ngoba sizalela amazinyane amasakabuli, Mnjonjo!