πŸ’›

izithakazelo

Tag: mazwi

Mazwi Clan Names & Family History | Umlando

Mazwi Clan Names, Meaning & History.
Izithakazelo zakwa Mazwi. Mazwi Surname. Sereto sa Mazwi.

Iziduko zako Mazwi.Mazwi‘s surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

MAZWI Clan Names & Family History | Umlando

Mazwi Clan Names, Meaning & History.

Mazwi surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Umlando wesibongo wakwa Yeni

Abantu bakwa Yeni babengabakwa Radebe amahlubi yashintsha ifani yabo yangu Yeni.

Kunendoda kwa Radebe igama layo lalingu Yini, uYini wazala intombazane okwathi seyikhulile yagana umuntu igama lakhe elingu “Zondzi” owayezalwa ngu Shibase.
U Zondzi wayengabakhonzile abantu futhi eyiphisi ehlale engekho ekhaya. UmaYini ebathanda abantu ehlale egayile abantu beze bavakashe. Bagcina abantu bethi ikwa Yeni layikhaya. U Zondzi ebona ukuthi ilona gama elichumayo basithenga isibongo kwangu Yeni

Ezinye izizukulwane zakugxeka lokhu zaqala zazibiza ngegama lika yise u Zondi. Lo Zondi abawuye akahlobene nakancane no Zondi wakwa Nondaba Gagashe. Kodwa ngenxa yesikhathi esiphila kuso nabantu sebengawazi kahle umlando bagcina abanye o Yeni sebezihlobanise beyinto eyodwa nabantu bakwa Zondi Nondaba.

O Yeni babesuka e Koloni bafikela e South coast endaweni ebizwa ngokuthi kukwaDeyi. Kepha kulesikhathi samanje bayatholakala ko Mzimkulu, Mehlomnyama, Ndwebu, Oshabeni, Harding, Zingolweni nasezindaweni nje eziningi e South coast . Babedume kakhulu kwezonkolo zase weseli eminyakeni yo 1800

Abantu bakwa Yeni bahlobene nabakwa Shibase isibongo. O Shibase bahlukene kaningana kuno;
Shibase Yeni
Shibase Mtolo Dlangamandla
Shibase Ndaba Bhadela

Iningi labantu bakwa Yeni/Shibase batholakala e South coast la bafikela khona bebuya e Koloni.

Mthiyane Clan Names

Mazwi,
Zondo,
Sokhulu,
Sikhangane,
Lunuvo,
Dlemudlemu!

Royalty from Mthiyane last name

Mthiyane Clan (Mineral-Rich Territory)
The Mthiyane clan lives in the mineral-rich area of Richards Bay on the north coast of KwaZulu-Natal. Their territory includes Richards Bay Minerals (RBM), a world leader in heavy mineral sand extraction and refining. The clan’s royal lineage has significant traditional authority in the region [citation:4].
Phineas Mthiyane (KwaSokhulu Tribal Authority)
Leader of the KwaSokhulu tribal authority who, along with his clan, performed the ritual of Ukuthela Amanzi (a cleansing ceremony) ahead of the crowning of an heir to the throne. This sacred ritual involved only men and the king going to the river to prepare the Mthiyane heir to take over the throne [citation:4].
King Misuzulu kaZwelithini (Royal Installation)
The reigning Zulu king personally took over the installation of the Mthiyane traditional leader to avoid the interference of politicians who were accused of dividing the Mthiyane clan due to their interest in the mineral resources in the area. In July 2024, the clan met the king formally at the kwaKhangela Amankengana Royal Palace and presented the Zulu royal family with gifts. King Misuzulu stated that this ritual played a vital role in creating peace and harmony in the nation and discouraged clans from infighting over the throne [citation:4].
Lalela Mswane (Royal Connection)
The uncle of former Miss South Africa, Lalela Mswane, was crowned as head of the Mthiyane clan, highlighting the clan’s connection to prominent South African families and its continued royal significance in the region [citation:4].

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén