clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mposula

Izithakazelo zakwa Mposula

mposula !
mkholo
ntantekusela
qhina elidla logobe amadolo phezu kwentaba zomolwane
nina abaphuza kwezijulile iziziba ngoba kwezi fishane umlomo uyobuya nodaka !!! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Mposula Clan Praises Izithakazelo

Izithakazelo zakwa Mposula
Mkolo
Zikhungo zenyamazane bobuso
Nina bakakhosomba olungahlalwa nyoni kodwa kuhlala amazinyan esikabuliNina baka buso obusembonjeni njengenkabi
Nina bakadlalisa mabhengu kadlakadla
Nina bakaphuligatsha kumil igatsha
Nina baka sbindi singeth empompomeni
Ninabakwa zonda ukugxekwa kodwanonile
Wena Ndlela kade bekulanda bekulandula, bethi uyeza kanti usindwa yinkhosi yakwa nomabalane
Nina bakwa buhlalu kabuhlangan entanyeni kodwa kumathonga buyahlangana
Mkholo !
Mposula !!!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: