clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Mposula Clan Praises Izithakazelo

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa Mposula
Mkolo
Zikhungo zenyamazane bobuso
Nina bakakhosomba olungahlalwa nyoni kodwa kuhlala amazinyan esikabuliNina baka buso obusembonjeni njengenkabi
Nina bakadlalisa mabhengu kadlakadla
Nina bakaphuligatsha kumil igatsha
Nina baka sbindi singeth empompomeni
Ninabakwa zonda ukugxekwa kodwanonile
Wena Ndlela kade bekulanda bekulandula, bethi uyeza kanti usindwa yinkhosi yakwa nomabalane
Nina bakwa buhlalu kabuhlangan entanyeni kodwa kumathonga buyahlangana
Mkholo !
Mposula !!!

Previous

Izithakazelo Molaoa Molaoa Clan

Next

Izithakazelo zakwa Dekile

2 Comments

  1. nduduzo mposula

    mposula mkholo ntantekusela qhina elidla logobe amadolo phezu kwentaba zomolwane nina abaphuza kwezijulile iziziba ngoba kwezi fishane umlomo uyobuya nodaka

    • Simphiwe

      Badabuka noma ikuphu imbelaphi yabantu bakwa mposula

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: