Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo🔥Umlando💙Clan names💯Iziduko🙌🏾

Tag: Ndawo Page 1 of 2

Ndawo Clan Names, Izithakazelo zakwaNdawo

Yamela,
Dazela,
Mdodo onga amaphela,
Khoza,
Makhobeni,
Sililela ukuphana abanye belilela ukuncishana. 💛

Yamela omazinyo amahlophe ngokungasiphuzi isijingi uphila ngentuthu yempepho njengezinkonjane zezulu.

Mdlovu 

UMphahlwa Umphahlwa ophahle izindlela zombili eya emgungundlovu nase mgungundlovana,

umagwaza ephindela njenge zulu,

ihawu eladla amanye amahawu,

umgibeli wehashi elimpunga elabonwa umlungwana ebheke empofanyana udumo lagwaza amajaha ayengakagwazi, umsingawodi, 

Umanqondo Inyathikazi yokhalo,
umbombombo kamachamsela unididwa ngemihla, induku emhlophe eyamila esigxhotsheni, labasakhiphe lomoya yagudleka ngalapho yakhula yaze ya isihlahla esikhulu esihlala amashinga,

isigejela esimadolo abanzi isigodo esikhulu esivimbela abaya eluSuthu, Cirha Onojaholo, Ntswentswe !!! 🙌🙌

HANISI Clan Praises ❤️ HANISI Meaning & History
HANISI Clan Praises ❤️ HANISI Meaning & History

HANISI: If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history Read more

Mgedeza ® clan names. Izithakazelo zakwa Mgedeza 😍 Mgedeza Origin. Mgedeza History
Mgedeza ® clan names. Izithakazelo zakwa Mgedeza 😍 Mgedeza Origin. Mgedeza History

Mgedeza ® clan names. Izithakazelo zakwa Mgedeza 😍 Mgedeza Origin. Mgedeza History The meaning, origin Read more

Ndawo Clan Names 😍 Ndaba Surname

Yamela, Dazela Mdodo onga amaphela, Khoza Makhobeni, Sililela ukuphana abanye belilela ukuncishana. Yamela omazinyo amahlophe ngokungasiphuzi isijingi uphila ngentuthu yempepho njengezinkonjane zezulu. Mdlovu UMphahlwaUmphahlwa ophahle izindlela zombili eya emgungundlovu nase mgungundlovana, umagwaza ephindela njenge zulu, ihawu eladla amanye amahawu, umgibeli wehashi elimpunga elabonwa umlungwana ebheke empofanyana udumo lagwaza amajaha ayengakagwazi, umsingawodi. UmanqondoInyathikazi yokhalo, umbombombo kamachamsela unididwa ngemihla, induku emhlophe eyamila esigxhotsheni, labasakhiphe lomoya yagudleka ngalapho yakhula yaze ya isihlahla esikhulu esihlala amashinga, isigejela esimadolo abanzi isigodo esikhulu esivimbela abaya eluSuthu.CirhaOnojaholo, Ntswentswe.


NDZABANDZABA Clan Praises

NDZABANDZABA Clan Praises

Ndzabandzaba, Mphephetse, wena usengwedze nengwavuma, wena lowadla dzadzewanu watsi akananyongo akanamhlehlo, sizubazubane lesazuba ematjeni sase Read more

Ndawo clan

Imvelaphi yesbongo sakaNdawo. Uma wazi izithakazelo zakwa Ndawo noma umlando sicela uzifake ngokucindezela lapha


Hlongwane

Hlongwane

Izithakazelo zakwa-Hlongwane Ngwane,Masumpa,Masenga sileka,Nduku Zinobulongwe, Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,Sang'elibanzi elingavulwa Read more


Mqwathi Clan Names

Mqwathi Clan Names

Mqwathi dikela, noni, ntswaybana, ngxi noboya, mthembukazi, umzukulwana woqhinebe, ooduka namahlathi, ooqguqguqgu , zithonga zithathu, Read more

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: