πŸ’›

izithakazelo

Tag: ngconde Page 2 of 3

Izithakazelo zakwaKhanyeza Clan Names

Ngwane,

Bhengu,

Shongololo,

Ngcolosi,

Dlabazane,

Malala alala nomunwe endunu,

Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga,

Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi,

Jali !

Izithakazelo zakwa Mbutho Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Mbutho, Mbutho Surname
Mbutho,

Thokozi,

Dlabazane,

Zinyo,

Mthunzi wokuphumula amatshitshi namajlngozi !

Izithakazelo zakwa Njiyela Clan Names

Njiyela
Dlabazane
Nyong’o yendlovu
Vezi
Mabhesh’anqotho
Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi !

IZITHAKAZELO ZAKWA BHENGU Clan Names Umlando

IZITHAKAZELO ZAKWA BHENGU

Ngcolosi!
Wena wakwaDlabazane,
KaNgwane, kaNephu kaLamula,
Nyawo zigezwa ngamazolo.
Nina enivuka nixubhe ngelala,
Shongololo!

Wathi uyalithinta lahwaqabala
Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze,
Nyawo zeshongololo kaziphumuli.
Sigampu
Ngwane, ingwani ngwadi.
Abayibone ngesond’ukuthi iwelile.
Jali!
Nina enilala nomunwe,
Nivuke nikhwif’ilanga.
Mmemezi kaHlangabeza!
Ngcolosi!

Fled Swaziland after a cultural conflict and established the Ngcolosi tribe. His followers settled in Ntunjambili near Greytown in the KwaZulu-Natal Midlands, eventually spreading to Durban and the Umngeni River area near Inanda.

Rewarded with 100 cattle for his exceptional care, he used part of this wealth to pay lobola for a Mkhize wife, continuing the royal bloodline.

His reign was marked by conflict with the Zulu king, leading to his death when warriors threw him into the Thukela River. His descendants split into two branchesβ€”one remaining in Durban and one returning to Ntunjambili.

Page 2 of 3

Β© 2026