πŸ’›

izithakazelo

Tag: nierkerk Page 2 of 3

Izithakazelo zakwa Khuluse

Khuluse surname history

Khuluse, Chiliza, Shozi, Hlongwa, Ndwalane, Mdunge wena owadunga amanzi abafolokazi besele ngezansi,
macabuza kancane, Sdununu Msimil, wena owehla ngo mzungulu wasala wabola ilamba elingaybiki ukuthi lilambile, Mtumaseni, Gabhisa !

Izithakazelo zakwa Shozi Clan Names & History

Shozi,

Mnganga,

Mdlamofi,

Mthiya,

Mdawombi,

Abanye bathi badla inyama kanti badla inyamatani,

Mofi !

Vidima Clan Names & History

Vidima,
Shozi,
Gabhisa,
Funeka,
Mvemnyama,
Wena ka Makhongolo,
Ndimande,
Khothane !!

Izithakazelo Zakwa Mzulwini Clan NamesπŸ™Œ

SHOZI,
GCWENSA, πŸ™Œ
NDIMANDE,
THANDA’L THULI,
NHLOKO KAYIVUTHWA IVUTHWA IVUTHWA NGOBA IBASEMLWE NGAMA LONGWE IZINKABI EZINKULU ZABAFOKAZANA.
NDONGA, MSUNMUDE UTHI UNGAMFISHANE UFUZE EKHAYA KONINA !!!

Page 2 of 3

Β© 2026