πŸ’›

izithakazelo

Tag: nierkerk

Izithakazelo zakwa Mdadane Clan Names

Mdadane Surname

Mdadane,
Mawela,
Siphezi,
Sodingila kadina,
Mahlaphahlapha,
Mawela,
Shozi,
Mnganga,
Magwaza aphendule njengezulu,
Usogedlegedle inhlabathi elumelayo !

Ukungapholisi amaseko

Ukungapholisi amaseko

Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into

Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)

Izithakazelo zakwa Gcwensa Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Gcwensa

Ndimande,
Mzulwini, Shozi,
Dumisa,
Mlokothwa!

Izithakazelo Khuluse Clan Names & Umlando

Khuluse Surname info
  • Khuluse,
  • Hlongwa,
  • Gabhise,
  • Mtumaseni, Khawula,
  • Mdindela!

Omunye umlandeli wale blog uthe yena uzazi kanje:

Khuluse, Chiliza, Shozi, Hlongwa, Ndwalane, Mdunge wena owadunga amanzi abafolokazi besele ngezansi,
macabuza kancane, Sdununu Msimil, wena owehla ngo mzungulu wasala wabola ilamba elingaybiki ukuthi lilambile, Mtumaseni, Gabhisa !

Khuluse clan praises with English translation:

Khuluse,
(Khuluse).

Hlongwa,
(Hlongwa).

Gabhise,
(Gabhise).

Mtumaseni, Khawula,
(Mtumaseni, Khawula).

Mdindela!
(Mdindela).

Khuluse, Chiliza, Shozi, Hlongwa, Ndwalane,
(Khuluse, Chiliza, Shozi, Hlongwa, Ndwalane).

Mdunge wena owadunga amanzi abafolokazi besele ngezansi,
(Mdunge, you who mixed/stirred the waters while the widows drank below).

macabuza kancane,
(Macabuza kancane – the one who asks/peeks slowly/gently).

Sdununu Msimil,
(Sdununu Msimil).

wena owehla ngo mzungulu wasala wabola ilamba elingaybiki ukuthi lilambile,
(You who descended with the whirlwind and remained/rotted – the hunger that does not say it is hungry).

Mtumaseni, Gabhisa!
(Mtumaseni, Gabhisa).

Page 3 of 3

Β© 2026