phungula, mvinjwa, mdlovu, novashula, ovuma ligwavuma
Phungula Clan Names ❤️
Phungula, Mbandlwa, Mndlovu, Mbangumude, Uhaha inyoni esindwa isisila sayo, Cebekhulu !
Phungula Clan Praises, Phungula Meaning & History
Phungula : If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history or clan names, please add the info in the comments below.
Undingasthebeni 😍 incazelo nomsuka
Undingasthebeni Igama leli elisetshenziswa ikakhulukazi kumuntu ongenayo indawo yokuhlala #umsuka Siyazi sonke ukuth uma kunikwa abantu inyama asith kunomcimbi othile……kukhona enikwa abanumzane, kukhonwa enikwa omama kukhona enikwa abafana njalonjalo… Inyama uma ngabe iphakwa ke ilethwa ngezithebe….le egcina isalile-ke igcina ingenaso isthebe sayo.
Ukuwotha ubomvu
Ukuwotha ubomvu (umlilo) lokhu kusho ukthukuthela kakhulu kodwa uqinisele ungabonakali ukuth uthukuthele