If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: scippers
Scippers Clan Names, Meaning & History.
Scippers surname info is currently not listed.
Abantu basemaNcubeni ungababiza Mncube,Ncube noma Ke Sincuba iqiniso kusengabantu ababodwa laba. Labantu badabuka eLusuthu esizweni lesi sabeSuthu okungakuthi nabo bangabeSuthu.Sibathola bona sebezinze laphaya entabeni Intabazwe (Harriesmith) nasOndini(Underburg), Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulababantu nguye uMncube uqobo. Yenawazala uMzilankatha owazala uMlotshwa yena wazala uSiyobi owazala uMadlozi.Bafike kuleli lakwaZulu lisengalakwaMthethwa lonke leliyazwe elingaphesheya kwemfolozingaselwandle.
Mbingo, Msuthu , wena olandela ilanga maliyoshona eMancubeni, mzilankatha, Nkatha ayingeni ekhaya ngokubolisa inkaba kubatwana, Msuthu wasenhla, Mbingo !
Leave a Reply