πŸ’›

izithakazelo

Tag: skhuphakhupha Page 5 of 7

Izibongo zakwa Cebekhulu

Izibongo zakwa Zwane

  • Mangethe,
  • Cebekhulu,
  • Mbengo,
  • Mbambo,
  • Mungwe,
  • Phikelela,
  • Nsela,
  • Ndabakansele,
  • Zikode,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Mthayi,
  • Mgabhi,
  • Mhlaba,
  • Mchwayo,
  • Ntshosho,
  • Cengesi,
  • Thinta

Abanye bazikhumbula kanje

IZITHAKAZELO ZOMBAMBO

Mageza ngobisi lwenqu… yabafazi bamanye

amadoda, abafakozana begeza ngamanzi,

Ubambo kaludliwa ngabafokazana, ludliwa

umlandokazi, Mbiko, Mkhemezela, khethwayo,

Jangaza, Bhubhu kaNdaba, Goba ngokugoba

amadolo, Mbambo kaLushozi kaMomoyi ka

Mandlovu.

Izithakazelo zakwa Shazi Clan Names

Shazi,
Bombo,
Zindela,
Mavuso,
Cebekhulu,
Bhayeka,
Nongodwanini,
S’hlahl’eskhulu,
Mkhosana

Izithakazelo zakwa Cebekhulu Clan Names

Cebekhulu: Linda, Nsele, Mafu, Nkunga, Nsele kaLindamkhonto! Nongalo, Mntungwa, Sothinyase! Linda kaMafu! Nina bakaMtoyi kaGobho! Mayinga kaNombedu; Oying’ izintaba zombili!

Continue reading >>

Page 5 of 7

Β© 2026