๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: thekwe Page 3 of 7

Izithakazelo zakwa Nzima (bhaca)

Nzima,
Nzimazane,
Noyeye,
Mnguni,
Ceduka,
Sovela,
Qwele,
Ntangeni !

Izithakazelo zakwa Nzima Clan Names Umlando

Nzima Surname, Nzima Clan Names

Nzima,
Shamase,
Mawela,
Sbhuzi Esimqala Ngentamo,
Bhange,
Maqhoboza,
Ndimndwane Odlumkantsha,
Osihlangu Sibalele Njengelanga,
Izinkani Ezaphikwa Ngayizolo Kwasa Zabonakala,
Ndlamlenze,
Mwelase Ongaweli Ngezibulo Owela Ngezihlangela Zomfula,
Imbovane Eyadla Amabele Ezikhuthali !!!

Shamase Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Shamase

Nzima,
Bongi,
Mawela,
Mfemba,
Mafingo!
Nina abase iweleniย enawela ngelikhulu abafokazane bawela ngelincane besaba ukwemuka.
Wena dlozi lo muntu o mdala nyanda ye zulu, wena zinja zi ya bulwa nge ntwasa nyanga
Wena mhlathi nqcaphela ku nqcokolwa
Wena ka jojo odla eyedwa wena ka siphendukazana onjeย nga waka Ndlela, nina oDlamlenze dafosi mzondo wey’ntaba !

Izibongo zakwa Chamane

Page 3 of 7

ยฉ 2026