πŸ’›

izithakazelo

Tag: thobigunya Page 2 of 3

Cindi Clan Names | Cindi History

Izithakazelo zithi CINDI, MAHLABA MSOBOTSHENI, NDUWELA, MINYELA BAFANA BAKAMAFOKAZANE ABANGADLI UBENDE OBULELE, MASHININI, MKHONTO !

Izithakazelo zakwa Mashinini – Ziphelele Zonke

Mashinini,
Guliwe,
Libembe,
Ntoz’mandla,
Abakamfazi wemuka Ka Mashinini wathi engalapha ngase siGodini wathi umtana udabule imbeleko Kanti ukhumbule uMbengomadansi,
Nina abaka mfazi osihhebakazi uPhongo njengo nina,
Abakamfazi omabele made obelethe ngayizolo,
Thingi Thingi uthi a ngenze njani ngoba nali ibhubesi liyvimbile kaNonhlanhla eNgosi akekho ongalivimba ngisho uGuqa phenduke umalala nenkonyane !!! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Izibongo zakwa Mashinini

Sobohla manyosi

Sobohla manyosi : lenkulumo ijwayelekile kodwa inomsuka wayo .imuphi lowo msuka ?

Lenkulumo yashiwo uDingane kuManyosi mhla uManyosi eqembuka kuDingane eyokhonza uMpande kthiwa uManyosi wayethola izimbuzi kuMpande, kthiwa wayeyidla ayiqede nya eyedwa, kahle kahle ukusonga loku.

Page 2 of 3

Β© 2026