πŸ’›

izithakazelo

Tag: trimble Page 6 of 8

Izithakazelo Zakwa Madida Clan Names

Izithakazelo Zakwa Madida

Ndlela

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madida Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:
t-shirt: R200
Hoodies: R400

Majola Clan Names 😍 Izithakazelo zakwa Majola

Majola Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Majola

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.

Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana

Ngubelanga Clan Names 😍 Ngubelanga Clan Praises

Ngubelanga Surname

Mkhetheka,
Hlinza thole kusale ithole,
Nxuba,
Abakwanomakhal’endlovu,
Mdub’ogawuluhlume,
Sdununu sensingizi,
Sdlangeni
People with Ngubelanga surname are largely found in Harding, along umtavuna river, and also in Bizana in the Eastern Cape and greater parts of Kwazulu-Natal.

Other surnames that fall under this clan name are:

Vethe,
Tshalata,
Ndaleni,
Ntleko,
Ndzekeni,
Ndlela,
Ntshulana !

Page 6 of 8

Β© 2026