Ndlandla, Msuthu, Khoza, Mlotswa
Mbuzinkonyeni, azifi ngamagqubu zifa ngokuluphala, athulile asemambatheni kamabele akapheli Wena owaguqa ngesilulu wafika eSwatini NDLANDLA.
Tag: truckwala Page 3 of 4
Magubane
Nkomose
Dibanto
Thole
Malinga
Wen’owalinga intaba zaganana
Nhlunu emhlophe,engaba bomvu
Ngeyomlandakazi
Mzilankatha
Msenganduna namathokazi
Ndlandla
Kubheka
Jiyane
Nongalo
Wena ophika nelanga
Didiza
Msuthu wasenhla
Zibaya,Snquma
Chartered Accountant with extensive experience in financial management and public sector administration.
Akulahlwa mbeleko ngakufelwa
Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.
Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana
Izithakazelo zakwa-Khoza
Mlotshwa,
Msuthu,
Mkhathini,
S’phan’abantwana,
Ndlel’ehamb’ekhaya,
Eyanqamula kwaMlandakazi,
Mancencence,
Hlabisa odlulayo,
Ngoba olele akahlatshiswa,uyidla aze ayiqede,
Wena wakaMpahl’emhlophe,
Ingaba bomvu isiyonake,
Ntshingwayo,
Mangena, Mlilo,
Skotana,Mabona,
Nomageja, Sokhabase,
Ntshamase,
Ndlandla!
Chairman of Orlando Pirates Football Club. Vice-president of South African Football Association and Chairman of Premier Soccer League. Businessman with interests in property and football management.
Former president of South African Chamber of Business and deputy president of Black Management Forum. Served 14 years at Shell and 11 years at NestlΓ©.