πŸ’›

izithakazelo

Tag: vider Page 12 of 22

Izithakazelo zakwa Mnguni Clan Names

Mnguni, gxaba, mthalawushe, mbandezinoboya, makhaphu khaphu, mzilikazi kashobane,nina enehla nobulembu ezulwini bedlumbona nje badlugxaba

He fathered Malandela kaLuzumana, who would become the progenitor of the Zulu royal clan through his son Zulu.

Izithakazelo zakwa Gabuza Clan Names Umlando

Gabuza, Gumede onhlokonhle, qwabe,mpangazitha, nonombela kamafuya nduna, khondlo, phakathwayo, vezi, mnguni, mfumbathi wemvula, magaya isicaba sibe sinye, malandela ngokulandela izinkomo zamanye amadoda, nqenqema kanozitombo, shiyampahla ulandele intombi !

Masimula clan

Masimula, boyana, biyela, Mnguni, Mnguni nkomo, mhlophe, Chinswayo, zambule, wena owagabha ngamashoba amabili ezinkomo abanye begabha ngezandla, wena owabamba impi esandlwane kwakhala abafazi babuya bethwele imikhono emakhanda bethi:we hhem myen, we hhem Myeni, Masimula…

Izithakazelo zakwa Gungu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Gungu, Gungu Surname
Gungu,
Gunguluza Zulu,
Zulu lomhlatsana mawela u thukela,
Mnguni,
Zotsho,
Nkonjane ezindizela phezulu,
Mchumane,
Mpangazitha,
Gungubele !

Page 12 of 22

Β© 2026