πŸ’›

izithakazelo

Tag: wolthers

izithakazelo zakwa Makhathini clan names & history

Xulu,
Gxabhashe,
Donda,
Wena Wase Nkweleni,
Phuhla Phansi okwe Khowa, Ndlovu,
Weno Washayu daka kwavela Bantu nezinkomo,
Sonkophe Nkophe zinde ezingakingani nezabafokazane,
Jiba Msiyane NoNgalo !!

Sonkophe clan names, Meaning, Origin & History

Donda, Msiyane,
Jiba ongadliwa nyoni,
Gxabhashe, Xulu, nkophe ezinde ezingalingani nezabafokazane, Makhathini,
Mlilo uyavutha !

Izithakazelo zakwa Xulu Clan Names

Izithakazelo zakwa Xulu

makhathini,
gxabhashe,
donda wasenkweleni,
khuhla phansi njenge khowandlovu,
ntulikabongwa ubonga yenaΒ uzona umlomo,
wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
sonkophe, sombisa !

>> Imvelaphi yakwa Xulu | Xulu history <<

Izithakazelo zakwa Xulu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Xulu

Makhathini,
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!

>> Imvelaphi yakwa Xulu | Xulu history <<

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén