clan names ๐Ÿ’› clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Yeyesa

Izithakazelo zakwa Jolinkomo Clan Names

Mphankomo,
Jolinkomo,
Qengeba,
Mthwakazi,
Sabe,
Ndlebe,
Ndlovu,
Mziwelanga,
Somarhwarhwa,
Ngwanya,
Somadolo,
Zwelibanzi,
Mathilda,
Nomakhala,
Njuza,
Sthukuthezi,
Sithandwa mhla kukubi,
Hoshode,
Hahaha,
Mfazi obele linye omabele made oncancisa naphesheya komlambo,
Yeyesa,
Chirhwa,
Lembhethe,
Ngena mfazi obele lide,
Gcuma,
Ndzabela,
Thole lekwakha !!

Majola Clan Names ๐Ÿ˜ Izithakazelo zakwa Majola

Majola Clan Praises ๐Ÿ˜ Izithakazelo zakwa Majola

  • Mchunu,
  • Macingwane,
  • Ngqulunga,
  • Nyanda yemkhonto,
  • Ndabezitha,
  • Phakade,
  • Yeyesa,
  • Ndlela zabedluli nabaGodusi,
  • Sobiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla,
  • Mabonw’abulawe!

Iziduko zakwa Jola

Iziduko zakwa Jola ๐Ÿ˜ Jola clan ๐Ÿ˜ Jola Praises

Jola !
Mphankomo,
Jolinkomo,
Phahlo,
Qengeba,
Mthwakazi,
Sabe,
Ndlebโ€™endlovu,
Mzi welanga.
Somarhwarhwa,
Ngwanya,
Somadolo,
Zwelibanzi,
Marholisa,
Nomakhala,
Njuza,
Sthukuthezi,
sithandwa mhla kukubi,
hoshode,
hakaha,
mfazโ€™ obele โ€˜nye omabele made,
oncancisa naphesheya komlambo.
Yeyesa,
Chirwa,
Lembethe,
Mgema,
Mfazโ€™obelelide,
Gcuma,
Ndzabela,
Thole lenkwakha,
Isibhekubhu esibhebhesha sakulo Yokazi.
EsiMpondo zisibhebhelele Ngubholokodlโ€™uphila kuzenzela Mayaba,
Ngubo ayinxitywa,
Mbarha,
Bhukhana,
Hobo,
Zwelibanzi,
Zanemvula,
Vambane,
Ithole lomthwakazi,
Mqeke,
Thayithayi kade bemthibela,
Mpumlo engqongqosholo njengengulube,
Ubholokodlela kuphila kuzenzela !

Izithakazelo Zakwa Mchunu

Izithakazelo Zakwa Mchunu

Macingwane, Yeyesa, Phakade,
Wena wase Ngonyameni,
Jama ka Silwane,
Nyanda yemi khonto,
Phakade akagugi koze kuguge izingane zakhe,
Wena kano Gida ngo Bambo,
Ezinye izintombi zigida ngomshayelo.
Ndabezitha!

Izithakazelo ZakwaMchunu Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa Mchunu

Macingwane, Yeyesa, Phakade,
Wena wase Ngonyameni,
Jama ka Silwane,
Nyanda yemi khonto,
Phakade akagugi koze kuguge izingane zakhe,
Wena kano Gida ngo Bambo,
Ezinye izintombi zigida ngomshayelo.
Ndabezitha!

Izithakazelo zakwaMchunu Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMchunu

Macingwane,
Yeyesa,
Phakade,
Mnguni wena wase Ngonyameni,
Jama kaSilwane
Wena kaNogida ngobambo ezinye izintombi zigida ngomshayelo!

Izithakazelo zakwa Majola Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMajola

Mchunu,
Macingwane,
Ngqulunga,
Nyanda yemkhonto,
Ndabezitha,
Phakade,
Yeyesa,
Ndlela zabedluli nabaGodusi,
Sobiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla,
Mabonw’abulawe!

Abantu bakwa Mchunu kusengabe Nguni bazinza phakathi kwe Thaleni ne Nkandla no Mzinyathi.
Isizwe sakwa Mchunu sagqama ngenkathi kubusa inkosi uDingiswayo kwa Mthethwa, ngaleso sikhathi sabe sibuswa uMacingwane.
UMuzi ka Macingwane wabe use Thaleni ubizwa ngokuthi kuse Ngonyameni.

Izibongo ezihlobene nabakwa Mchunu u Majola, Mcumane, Ngqulunga no Ndawonde.
Ake sibazalanise:
U Mavovo uzale uNyanda Lubhoko (Dubandlela)
uLubhoko wazala uJama, Lucungu nabanye,
uJama wazala uMacingwane,
uMacingwane wazala uNsundu, Mfusi, Gandeduze, Ndabezimbi, Mqanyana, Phezulu, Nyoni no Phakade,
uPhakade wazala uGabangaye no Mbelebele,
uGabangaye wazala uSilwane, Ngomane nabanye,
uSilwane wazala u-Mzochithwayo yena ozale u-Simakade okunguyena obusayo manje,
uMfusi wazala uZimema owazala u-Mmeli.

Izithakazelo zakwa Mchunu:
Macingwane, Yeyesa, Phakade,
Wena wase Ngonyameni,
Jama ka Silwane,
Nyanda yemi khonto,
Phakade akagugi koze kuguge izingane zakhe,
Wena kano Gida ngo Bambo,
Ezinye izintombi zigida ngomshayelo.
Ndabezitha!

Majola Clan Names & History

Izithakazelo zakwa-Majola

Mchunu,
Macingwane,
Ngqulunga,
Nyanda yemkhonto,
Ndabezitha,
Phakade,
Yeyesa,
Ndlela zabedluli nabaGodusi,
Sobiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla,
Mabonw’abulawe!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: