πŸ’›

izithakazelo

Tag: yeyesa Page 2 of 3

Mpila clan names & History

Mpila, dliwako, mlotjwa waboGama, mabawa, muntu munye babe bandzile eveni, mbonane!

Izithakazelo zakwa Mbonane & History

Mbonane,
Mcusi, Mlotshwa, Shiba
Nina abakwa Mfazi omabele made owanisela ibele ngaphesheya komfula ibivani
Nina enath ingane ngeke incele kanti izoncela
Kwamyango awuvalwa ngezivalo ngob uvalwa ngama khanda amadoda
Nina enakhishwa emgodini ngosi….

Izithakazelo zakwa Mahlaba Clan Names

Mahlaba, Junda, Mbonane, Nhlangambili, Zingaba ntathu ziyachoboka, Abakwa Ndimndwane abadla iminkantsha yamanye amadoda , osilwa ngosana amadoda elwa ngemikhonto, abakwa qanula phansi naphezulu njengezulu, nina besixembe esihle ngoba siphakela ama Junda , nina bakwa Maphanzela, nina bakwa Mcondo.

Izibongo zakwa Mbonane | Mbonane Surname

Mcusi, Mlotshwa, Shiba omkhulu, Wena owase Dlomudlomu, Indumandumane eyaduma ezizweni yaduma nase Dlomudlomu, Umfazi omabele made owancelisa ingane ngaphesheya komfula woBevane, Umnyango kawuvalwa uvalwa ngamakhanda amadoda, etc…

Page 2 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén