πŸ’›

izithakazelo

Tag: zakwa Page 3 of 4

Izithakazelo zakwa Mdlazi clan names

Mdlazi Clans & Origin:

Mdlazi, Ndosi, Magaye, Khumbuza, Nkomoseng’ilele, Dubandlela, Vico….
Abantu bakwa Mdlazi badabuka ebukhosini bakwa Cele engonyameni uMdlazi wadingiswa kubo wahamba wagcina esenobukhosi bakhe ngapha ko Richard’s bay e”Madlazini”!

Izithakazelo zakwa Benya Clans & History

Benya Clan Praises are as follows:

Damba ka Ngogozabantu,
Wena ka Nosikisiki,
Wena ka Myaluza,
Kanyoni esindwa isisila sayo,
Kancwincwi ephuza kwezide iziziba
Mayingaphuza kwezimfishane inqundeka umlomo,
Wena ka Nongcukumane ka Nomafu,
Zombane elikhulu,
Wena ka Nophikelela,
Wakwa Nyoni emnyama eyabizwa ngamakhwela emazibukweni,
Damba!

Iziduko zakwa Sogoni Clan Names & History

Sogoni Clan Praises:

Sogoni, Mgulwa, Cetshana, Ngqukuva eyahlaba ezinempondo, oophuza bethi uyafinca, Momise, Bhengu!

Izithakazelo zakwa Madi Clan & History

Madi Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa Madi. Madi Surname. Sereto sa Madi. Iziduko zako Madi.

Madi surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Page 3 of 4

Β© 2026