Benya Clan Praises are as follows:
Damba ka Ngogozabantu,
Wena ka Nosikisiki,
Wena ka Myaluza,
Kanyoni esindwa isisila sayo,
Kancwincwi ephuza kwezide iziziba
Mayingaphuza kwezimfishane inqundeka umlomo,
Wena ka Nongcukumane ka Nomafu,
Zombane elikhulu,
Wena ka Nophikelela,
Wakwa Nyoni emnyama eyabizwa ngamakhwela emazibukweni,
Damba!
Leave a Reply