πŸ’›

izithakazelo

Tag: zechariah Page 8 of 10

Maphalala Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwa Maphalala
Mtimande,
BeSuthu BaseNkalanjana,
Abamaziny’ansansa,
AbaseMbathamkhonto njengobhedu,
Abehla ngesilulu,
Bathi: β€œZibukuzana zani lezi na?”,
Kanti `zinqama,
Wena wakwaMehlwana,
Wena wakwaMlotha,
Wena wakwaNungwana,
Msuthu waseMawusweni!

Manzi 😍 Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Manzi

Nonkululeko,
Qomazitha, Nyokayebululu,
Nondiyamzimba,
Njinji!

Manyoni Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwa-Manyoni

Mlotshwa,
Mtuse, Choboza,
Mafuyanduna,
Msuthu,
Vaphi
Madebe!

Manana, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa-Manana

Manana
Ntsingila
Ncusi,
Mbuyisa, Nkabinde,
Ndimande kaGama!

Popular people from Manana last name

Sibongile Manana (Legal)
South African attorney specializing in corporate and commercial law. Experience in contract law, regulatory compliance, and corporate governance. Admitted attorney of the High Court of South Africa.

Page 8 of 10

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén