Izithakazelo zakwa-Zungu
Gwabini,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Gwabini,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Mhlwehlwe, sengwayo yithina labo
shame may her soul rest in peace
ake sike sizigqaje ngokuba ngamaZulu, sikujabulele, silusebenzise ulimi lwethu ukuze lizonotha. Ayi ngoba ngiyiqaba yin kodwa kuhle uma sisendaweni yabakithi kwazulu sikhulume isiZulu ukuze lolulimi silugcine luphila. Uma singalukhulumi lizoshabala silahlekelwe ubuthina nemvelaphi yethu