clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Month: March 2020 Page 1 of 2

Mbokazi Clan Praises

Mbokazi
Magembe
Donda, Mbuyazi okathekeli uthekela abafokazane
Sontulu, lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona zibhabha emafini.

Ngqose clan iziduko zo Zumbe

Zumbe,
Ngcwina,
Nyama yangaphakathi
Nyama yesisu
Siqwephu solusu,
Nyama emdaka ethandwa
Ngabafazi,
Manene amahle noba sekelele,
Mangesi amahle noba anentongo,
Ontongo zosulwa ngababa thandayo,
Yumbu,
Mnxothi,
Amangcengwana,
Mabhula……

Izithakazelo zakwa Mbutho

Please help to get izithakazelo sakwa Mbutho I hear that they are a mix tribe of Zulus and Xhosa people staying in KZN.

Izithakazelo zakwa Machi

Machi, Goba, Lawu, Mbonwa, Mbusi, Jolwayo, Nomandla! Sdunu sensingizi mayibika izulu lizonqinqizela

Izithakazelo zakwa Mathwasa

Mathwasa: Jolimnyama,buhlase bendlโ€™ enkulu, Nyanda yemkhontโ€™ , โ€˜nduku kazipheli kuphelโ€™ amadoda, Mthimkhulu.

Izithakazelo zakwa Ntuli

Ntuli
Mphemba
Mbhele
Godide
Ndlela
Ka Sompisi

Izithakazelo zakwaSigwaza

Sigwaza, Choko, Mabhida , Nzamela…

Izithakazelo zakwa Gida

Gida
Mendu
Bhusula
Gabisa
Dakane

Izithakazelo zakwa Sozoyi

Sikhalaze
Dlelanga
Mfudukwane
Nkomo isengwa ilele

Izithakazelo zakwa Machi

Goba
Lawu
Xabanisa abantu belungisa
Mbusi
Mbonwa

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: