Iziduko zakwambengeshe..if anyone knows iziduko zakwa Mbengashe, please add them using this link: https://izithakazelo.blog/add-your-surname-info/
Month: August 2020 Page 3 of 6
Iziduko zamaZizi akwaNdayi nemvelaphi…if anyone knows them, please add them to this website using this link
Nhlayiso
Ntimba
Mbasane (Mbaswana)
Mlil’ omncane ovutha entabeni,
Owanqoba izizwe ngokunqoba iSizwe sakwaSoshangane.
Mkhondo kawlandwa ulandwa zinkonjane zona eziphapha phezulu zishaye amanzi ngamaphiko.
Mthimkhulu, Bhungane kaNsele, Zikode, Gob’izembe, Bhong’onekhala Makhulukhulu, Mpangazitha, Sothondoshe Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba, Bathi uBhungane uyaphalaza, Umanyele ncenceni Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane, Mafuz’afulele njengelifu lemvula, S’goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi siyamujamela, Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela, Ingab’emhlabeni zesabani? Nina enindlebe zikhanya ilanga, Nina enindlebe zinhle zombili, Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde luyakhothama, Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele, Mahlubi amahle, Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana, Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo, Ngelengele!
Izithakazelo sakwa Gadlela…if anyone knows them, please add them by using this link
I want izithakazelo zakwa Mashele, if anyone knows the please add them by using this link
Akwande. This is everything i know, please assist with the rest of it:
Mahlangu Bungela wako Kosi, Pondo, Mahlikihla njenge komo ezathi zibudla zabe zibuhlikiliza. Ngumadla zabanye uma kudliwa zakhe uyajabajaba.