clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Month: October 2020 Page 1 of 3

Iziduko zakwa Mpila?

Iziduko zakwa Mpila 😍 Mpila Clan Praises :

Mpila
Nolandu
Nochachela
Nzipho zimnyama nguqhwayane
Mpundwana zincinane kukondlwa ngabafazi
Hlubi elihle ingelengele
Umabhala ngezipho abanye bebhala ngomsizi

Isithakazelo sakwa Lusenga?

LUSENGA.
DZABLASI MABULALA INDVUNA E NDLOVINI.
SAKHA E LUKHALWINI LAPHO KUSABA KHONA AMASWATI.
INGCOSI EMNYAMA UMA IMHLOPHE I FUZE U NINA !

Umlando Wakwa Lusenga?

Lusenga Surname History

U lusenga uchamuka e Lusaka nezinkomo zake a hamba a funa amadlelo wezinkomo. Wafika empumalanga wafica impi Yama swati namapedi umswati wayehlulwa gamapedi
Umswati wacela ulusenga ukuthi amncedise empini. Ulusenga wanceda ama swati ukuthi a ncobea amapedi ngoba umuthi ka lusenga wawunzima.
Amapedi abaleka awela intaba u Maga lies burg. Kodwa amaswazi wasaba ukugijimisa amapedi ngale kwe ntaba. Umswati wasaba ukugibela intaba ngo a asaba ubuthakathi bamapedi. U lusenga wayigibela intaba ngo a wayengasabi lutho. way igibela intaba waya phezulu elukhalwini ayocapha amapedi ukuthi angabuyeli emuva ukuyohlasela AMASWATI.

Izithakazelo zakwa Ngcongo?

Ngcongo!
Phambuka Mkhonto obukhali
Obalamazwane Celeshe Nozisho
Nongwadlal!.

Izibongo zakwa Lusenga?

LUSENGA
DZABLASI
MABULALA NDUNA E NDLOVINI
SAKHA LUKHALWINI LAPHO KUSABA KHONA AMASWATI
I INDLOSI EMNYAMA
UMA IMHLOPHE IFUZE UNINA

IZITHAKAZELO ZAKWA MLOTHA ?

Mlotha,Nyoka, Gasa ,Mandlakazi, Isihlahla somyezane esamila enkundleni, okwathi uma kungena ubusika, sawohloka. Wena ovala ngamakhanda amadoda abanye bevala ngezicabha!!

Izithakazelo zakwa Madolo?

Madolo
Masinga singa izinyosi zivela Mpumalanga
Simbonjwana
Tswinya tswinya Maranghu
Shlangu shlangu
Shlawula barena

Mabhozo clans? Izithakazelo zakwa Mabhozo

Can I get Mabhozo Clans, if you know them please click here to add them to this blog.

Xolo clan names ?Izithakazelo zakwa Xolo

Xolo clan names 😍 Izithakazelo zakwa Xolo
Mbele,
Satshwa,
Maduna,
Zulu,
Shezi,
Finiza,
Dlamini,
Nina bakwa mtolo,
Mbola, mbundwini

Izithakazelo zakwa Siphutuma ?

Siphutuma Clan Names

Mbongo,
Mbuyise,
Sondisa,
Mvemnyama

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: