Abakwa Khumalo

Abakwa Khumalo, Mabaso no Nkosi bazalwa ngu Mntungwa ka Mbulazi. U Mabaso wabe emdala.
U Khumalo ka Mntungwa ka Mbulazi wazala uMkhatshwa owazala uZikode owazala u Gasa no Mashobane.
U Zikode wazala uMagugu, Donda, Siwela owazala uMlotshwa.
U Magugu wazala uNkonyeni owazala uMtekuza owazala uMazungezi yena owazala uMandlalela.
U Mashobane wazala uMzilikazi.
U Mzilikazi wazala uMangwana no Nkulumane owazala u Nokhenke owazala uNdlukayise owazala u Velaphi John Nombengula Thobela.
Nansi enye inzalo yakwa Khumalo:
Ndabezitha, Mashobane, Mzilikazi, Ngonyama, Nyandeni, Khukhuza, Ngwadla, Maweni, Macala, Zwangendaba, Msweli, Seni, Mbawu, Phungaza, Gwamanda, Muthwa, Mbulazi, Khulu, Zikode, Gawozi, Bheje, Nyathikazi, Mzazela, Shembe, Lobengula, Gasa, Mkhatshwa, Mawela, Nkomo, Ntokela.
Amanye walamagama agcina eyizibongo kanti amanye agcina engamagama nje.


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

48 thoughts on “Abakwa Khumalo”

  1. CELA UKWAZI UKUTHI KANTI ONYAWOSE AKUBONA YINI ABAKWAMTUNGWA na?

    Reply
  2. Sengathi uNyawose uvela kuMntungwa mangibuka mina not kuKhumalo as Khumalo he’s a son of Mntungwa… Bt akesilindeleni we-T-MAN

    Reply
    • Can we have a community forum based on this Sendo approach

      Reply
  3. Sengathi uNyawose uvela kuMntungwa mangibuka mina not kuKhumalo as Khumalo he’s a son of Mntungwa…

    Reply

Leave a Comment