Abakwa Mthethwa

Umlando omfushane ngabakwaMthwethwa oNyambose:

Abantu bakwaMthethwa bangama Lala-Nguni, bazinze ezindaweni zako Mpangeni nase Mtubatuba, Showe nase Richards Bay. Inkosi yabo eyaduma kakhulu uGodongwane owagcinwa ebizwa ngoDingiswayo. Nguye owamukela uShaka futhi wamfundisa namacebo okulwa. Isizwe sakwa Zulu sabe singaphansi kwesizwe sakwa Mthethwa ngeminyaka yo 1700.
Nanka amakhosi aziwayo akwaMthethwa:

1753———-Xaba
1771———-Madago
1789———-Khali
1807———-Jobe
1816———-Mawewe
1818———-Godongwane/Dingiswayo
1824———-Somveli
Ukusuka lapho babe sebengena ngaphansi kombuso wesizwe sakwa Zulu emva kokuba uShaka esisimamisile.

Izibongo zakwa Mthethwa zihamba kanje:

Nyambose, Xaba, Jobe, Magaga, Thulisa, Nkonyane ye Nkosi, Hlangalezwe, Dingiswayo, Madagu, Nkomo, Khubaze, Khali, Magezangobisi, Nzimezimnyama, Geza, Jakada, Maphoswa, Mazilwa, Mbolwane, Shwabade, Nonkosi, Mlandela.

Β 

More about Abakwa Mthethwa

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

102 thoughts on “Abakwa Mthethwa”

  1. mina ngingowakwaMTHETHWA ngixakekile impela ukuthi sihlobene kanjan noXABA futhi nje ngiqomekhona

    Reply
  2. i like ths site bodade we2u nani bafw2 mina ngwaka masondo ngcela ukubuza la ekthenini kungabe ngvumelekile yn ukuthanda noma ukutha kwa jobe ngoba manje sengthola ukuxakeka u jobe ilokhu engenile ezithakazelweni zako Nyambose

    Reply
    • Noshwila ngabe yimuphi uJobe.Owakwamthethwa UJobe KaKhaye bese kubakhona uJobe wakwaSithole yena okunguJobe KaMatshana. Ngabe lona okwakho uJobe bani?

      Reply
  3. Zonke dadewe2 ngokomlando wakwa mthethwa kukhomba khon ukt nihlobene uma ubheka nje ngokwamakhosi aphuma ngaphans kwesibongo sakwa mthethwa

    Reply

Leave a Comment