Abakwa Nkosi Ndlangamandla noma Dlangamandla.
Lababantu abaNtungwa futhi bahlobene nabakwa Khumalo kodwa abanabo ubuhlobo obuseduze no Nkosi Dlamini.
Abantu bakwa Nkosi Ndlangamandla bangama Ntungwa ngoba bazalwa yindoda yakwa Khumalo. Igama lalendoda kwabe kungu Siwela indodana ka Gasa. U Gasa wayenamadodana amathathu aziwayo okwakungu Magugu inkosana, Donda weZiziba, no Siwela. U Siwela wayengoka Gasa ka Zikode ozala uMashobana ka Mkhatshwa ka Khumalo ka Mntungwa ka Mbulazi ka Ndabezitha ka Mmusi. Lababantu bahlobene nabantu bakwa Nzuza lapho kugcine kuphuma khona isibongo sakwa Mahlangu okungama Ndebele ka Ndzndza azinze eNtilasifali.
Laba abanabo ubuhlobo no Nkosi Dlamini lapho kuphuma khona AmaSwazi nama Zizi.
More about Nkosi NdlangamandlaEducational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
UGasa uhlobana kanjani noSiwela ngoba phela yena engowakwaNdwandwe, Mina ngazi usiwela ehlobene noKhumalo uGasa yena ezalana nabo Zwide kaLanga naboSoshangane. UMashobana yena ngowakwaKhumalo hayi kwaZikode looqanjwe ngaphezulu, angazi njalo ningiqondise uma ngiphosisa. Ungathi yingxabangxoza le ebhalwe la.
@Mlungisi oGasa babili, ukhona owakwaNdwanwe ozalwa nguLanga kaXaba yena ezala uMhlaba ozala uSojiyisa (Ref: The South Eastern Bantu P82). Bese kubekhona owakwaKhumalo ozalwa nguZikode yena ezala uMagugu, Donda noSiwela.
Giyacela Ukuba Uisbuze Ukuthi Uthini Umlando Wakini Sizokwazisawona tThina Sigo Nkosi Ndlagamandla Mphazima Kalanga Aisihlobananga No Dlamini Futhi Saphuma Kwa Khumalo
Bafo ngicela ukwazi kusho ukuthi ngingaba nobudlelwane nentombi ezwalwa kaNkosi Dlamini noma isebenzisa isibongo sakwaNkosi noma uDlamini
Nami yilokho engfisa ukukwazi zalo uma kuthiwa asinabo ubuhlobo noNkosi Dlamini kusho khon ukuthi siyathatha khona nabo bayathatha kithi vele asihlobani bona bangoDlamini thina singabakwaKhumalo
Kuyacaca
Syabonga Nkosi I ngathi singaphumelela sonke isizwe sasemandlovini
Dlamin noNkosi kuyahambisan njalo nje ngeke ngize ngqomise kwa dlamin ngngowakwa Nkosi?
ngicela ningisize ngomlando wakes Magugu
Ngibingelele isizwe senkosi ukuzalana kwabo kwabakanjena. Ngofishane nje umntungwa wazala ukhumala. Khumalo wazala umzilikazi. Umzilikazi wala umashobana nondlangamandla .Undlangamandla wazala.uvezi Indiana. Uvezi wazala umakhwela. Umakhela wazala indlala .undlela wazala umlotshwa. Umlotshwa Waze kakhulu ngoba naseswatini wazala Usiwela inkosana yakhe. Usiwela wazala ufelaphakathi kanye nophefeni novukayibambe nabanye Ngeke ngabaqeda Bona bazala omkhulu abazala obaba. Ngazi lapho Nami.
Ngibonge ngifuna ukuchaza lento engibona ukuthi asiyazi ngokwazi kwami ubuhlobo bukhulu ngalendlela uDlamini no Dlangamandla kwaku amawele manje u Dlamini kwakuyindoda engadli kakhulu eyayidla kuphela emmini u Dlangamandla wayekhonze ukudla njalo wayekhonze ukudla omunye wasephuma eyozihlalela ndawana thile ngibuye ngo Dlamini yebo bona bayathathana ngoba kwatholakala ukuthi eSwatini baningi kakhulu abakwa Dlamini insizwa bekubanzima ukuthi ziganwe bezihlangana nezintomi zakwa Dlamini uma zeshela manje kwaba nesenzo sokuthi kohlukaniswe abantu bakwa Dlamini abanye bayokwakha kwa Xhosa kube ama Zizi abanye kwa Zulu kube abo Sibalukhulu bese e Swatini kusale u Nkosi manje mabeganwa kuthiwe u Nkosi uyamuthatha u Sibalukhulu noma u Sibalukhulu uyamuthatha uzizi ngalesosikhathi u Dlamini akasasetshenziswa kodwa uyazazi ukuthi uwu Dlamini futhi sihlobene nabakwa Khumalo nabakwa Mkhize minake ngi u Dlamini Jama kasJadu Fakade Zizelimnyama nenkomo zalo ezawelumlambo ugcwele ntabani engathi iSandlulube yithi labo iSANDLULUBE intaba yase Mazizini kwa Dlamini “JAMA”
Ngicela ningisize ngomlando wakwa Khwela (ngishadele khona) no Mngadi ( ekhaya kithi)